#EdufundiAtHome 3: Uyenza kanjani injongo ecacile yesifundo ngasinye
Siyanemukela futhi kuchungechunge lwamavidiyo e #Edufundi at Home akusizayo ukuthi ufundise njengompetha ekhaya. Loluchungechunge luzokusiza ukuthuthukisa lamakhono:
Uyenza kanjani inqubo elula.
Usebenza kanjani nengane yakho ngempumelelo.
Uyenza kanjani injongo ecacile yesifundo ngasinye.
Usihlela kanjani isifundo ngempumelelo
Namhlanje sizobheka ukuthi uyihlela kanjani injongo ecacile yesifundo ngasinye.
IQINISO ELIMSULWA:Ulwazi lubalulekile-kodwa okufanele izingane zikufunde ukuthi ulwazi ezinalo zingalusebenzisa kanjani.
Uma ngabe amasu ethu ekusiza, Singathanda ukukubona uwasebenzisa. Sithathele amavidiyo nezithombe zakho usekhaya uzifake ekhasini lethu le Facebook i #EdufundiAtHome. Sikubone ufundisa njengompetha.
Ukubuka amavidiyo ngesiXhosa ,isiZulu nange Singisi, downloader ubuchwepheshe ubunezithombe ngokuvakashela le link edufundi.org.z...
Негізгі бет EdufundiAtHome 3 (isiZulu) - Uyenza kanjani injongo ecacile yesifundo ngasinye
Пікірлер