Najula makhehla mina makhehla ngiyadinga ningilekelele kuze izinto zichume🙏
@zinhledlamini4587
8 ай бұрын
Weeh ubhubesi wangikhumbuza isalukazi sami esizala umama, Khanyani nibonqkalise
@sphamandlatrevor2495
8 ай бұрын
Mpunga wena ithongalami langitshala okuhle ngawe
@MpilonhleKhanyile-ed2hh
8 ай бұрын
Ijulile le topic Mpunga Yesintu👏👏
@musamhlongo3770
8 ай бұрын
Ngyakhula each day ngikulalela Mpunga. Mina ngizalelwe ngakhuliswa phansi kwenkonzo yasechibini St John known as inkonzo kababa Masango. Khona omunye wabaholi enkonzweni yakwethu owathi kuthiwe uma ebusisa amanzi inkomishi yokubusisa akoyinika omunye who was junior to him reason being that junior mfundisi had uphawu lwamanzi,izingelosi zamanzi zyamanzi. Lokho akwhlenga kahle kuSenior zabheda izinto until ehlambuluka ukuthi kuthiwe kwathiwa. After enze lokho things got back to normal 😊
@sisey99
8 ай бұрын
Makwande Makhehla amahle👏🏾👏🏾siyayithanda inxhoxo yenu ma inaba isibande siyabusiseka.
@Metro421
8 ай бұрын
uyazigugisa emncane kodwa u Mpunga ye sintu 😂🤣
@thamigumede664
8 ай бұрын
Kujuliwe. Ibhalansile inkulumo makhehla 🙌🏽
@kheswa19
8 ай бұрын
Imikhuba Yamasonto, ngyayazi.
@vukadakiechannel2712
8 ай бұрын
Najula kakhulu la mfanakithi
@buyisiwetshabalala7261
8 ай бұрын
Uma ngabe unamathwasa, lelo thwasa lisuke lize kuwena kanye neyidalwa zakubo, okusho ukuthi ku bonke abantu abeza ku gobela walo bazosizakala, kungenzeka ukuthi abanye balethwe yizidalwa zika thwasa and uyena uthwasa okumele abasize, ugobela angafaka isandla lapho na lapho ukwenza isiqiniseko sokuthi konke akwenzayo ukwenza kahle.
Пікірлер: 23