We Mfundo if possible, can you please apply for a permit ukuze uzosishuthela uhambo lwa next year 🥺🥺🥺😅😅
@Joshuaschannels
Жыл бұрын
Ey we mfwethu sayithol last year july imvume yokushuth imhlangano,sathola neziyalo futhi ezaziphuma kubaba ukuth izinkonzo singazifaki kuma social networks,so kwagcina kuyize lezeke ukuthola kwethu imvume
@sifisodladla28
Жыл бұрын
@@Joshuaschannels eyyi mf2, shuthi lento ikhetha abantu, Noma iya ngokuthi usune experience engakanani ushutha esontweni, ngoba there are some channels eziwafakayo ama Video emhlangano. Kodwa ke mf2 siyabonga umsebenzi wakho muhle kakhulu uqhubeke njalo uShembe akubusise
@Joshuaschannels
Жыл бұрын
ey mfwethu labo obashoyo kuthiwa bakhuzwa kodwa bangalalela ngoba besaqhubek bekwenze,bengzokuchazel kabanzi lendaba kube besixoxa ku whtsap manje sise sidlangalaleni,kodwa wona umthetho unjalo bafo into eyinking ngoShembe engicabang ukuth siyaz sonke ukuthi uyakunika umthetho mase uyazikhethel wena ukuth uyawugcina yini ,kokbili ukuwugcina nokungawugcini kunomvuzo
Пікірлер: 6