@@zam2879 wena uyazi ukuthi uthini? U Dr Mnguni umelaphi wendabuko akalaphi izilwane kodwa ulapha abantu abamnyama and labobantu ithina so sizokhuluma and sizophawula and sizoyibeka imibono as long as esalapha and elapha abantu kuchaza ukuthi loko uyinyanga yethu
@proffessorndaba2029
3 жыл бұрын
Mina ngithi abantu mabahlukane nezipoko zemali...Abantu mabafunde izindlela zokwenza imali. Ngoba lemimoya evuswayo ngathi nje ayinamphumela omuhle ngale ezweni lakamoya
@dbndlamini2825
2 жыл бұрын
A khona nje ama phara agqoka izigqoko zama sulumane kodwa balala emapayipini iyiphi lemfihlo abanayo labo Dr Mnguni?
@nkanyisowesley7177
3 жыл бұрын
Ayi sengathi sizilambisa thini ngoba sthanda nje seziningi izidlela manje
@zigishezi237
Жыл бұрын
Omunye uthena siyingozi Mkhulu uthena umasewusisebenzise kakhulu more than six days sizofuna igazi ngoba masisebenze kakhulu sifuna ukuhola
@thandokazijanuarythandokaz8093
3 жыл бұрын
Dokotela sicela uchaze ngobungozi baso ,sicela uchaze nobungozi bama Boyz
Siyahlupheka ngoba asinamfihlo. Sinika abantu bezizo information izinto bona abangazenzi. The next generation won't be able to benefit from traditional healing.
@cynthiakhumalo2365
3 жыл бұрын
Siyabonga NGO lwazi osinikasona
@emmanuelbitsoane2485
3 жыл бұрын
Manje baba mngubi ulibona ngani ithula lomuntu ocebile if kwenza yathola mpande vele uye ethuneni lomuntu behluphekela kwenziwanjani or wena muntu menzelayo kuze azothola ithuna lomuntu beyisicebi
@philanimbatha755
3 жыл бұрын
Babu dokotela can you pls usichazele ngomehluko wama boys nama doda omgede nobuhle bawo nobubi bawo mangiwalanda ngiwumuntu
@nonhlanhlajele4801
3 жыл бұрын
Iyoooooo ring 🤔🤔🤔spiritual husband!!! Yoooo andiziiiiiiiiii
Thokoza baba cela ukubuza imali I ngoba ayikho into yamahala
@makhosinimeshackmnguni1218
3 жыл бұрын
Ngiwumlandeli walelihlelo 😎😍❤❤
@lindikhayatose300
3 жыл бұрын
Bendicela kwaz Dr ngabe kutheni ngasixeleli amaxabiso yalemuthi usicacisela ngayo
@sbusisolawrence3553
3 жыл бұрын
Khumbula kunabanye abantu abasebenzisa same information to rob other people not like me and you esisebenzisa le channel to be rich emqondweni ngezinto ezjule njengalezi,sondela kuye uzoktshela ngobubi ngobuhle nange price
@sphiwemazibuko-xc6gy
Жыл бұрын
Baba kunjani ngicela usizo
@sphiwemazibuko-xc6gy
Жыл бұрын
Baba kunjani ngicela usizo
@musambuyazi678
3 жыл бұрын
Mina dokotela I have a ask about u Vuka, amanye amathuna ayaqiniswa manje umuntu umvusa kanjani uma ithuna lakhe laqiniswa mhla encwatshwa?
@nosicelongcingi1251
3 жыл бұрын
Tjo makangathi basebenzisa inyoka🤣🤣ngingafa
@vanithavanitha635
3 жыл бұрын
Yebo Dokotela asilabungozi yini isipoko
@mosesgumbo5363
2 жыл бұрын
Dr siyabonga
@nobuhlediya5730
3 жыл бұрын
Baba ungukhokhovula wena
@sbusisokhwela7227
3 жыл бұрын
Nawe inkosi ikbusise Dokotela
@emilynkambule3944
2 жыл бұрын
Ngicela inhlanhla yemali
@mogalelegae8526
3 жыл бұрын
UMguni akasakhulumi zona
@saffair1
3 жыл бұрын
Eyii nami ngizwa ngesaba manje , bengithi uDokotela ungumelaphi not umthakathi , phela musulanda izipoki uhlukephi kunomthakathi ? Mina bengithi ukusiza uxhumane namadlozi akho kube iwona akukhulula enhluphekweni manje masewuzosebenzisa amathuna abantu ubuthakathi nje lobo . Simoshakalelwa izinto Zethu kumosheke umsamo ngoba kukhona abantu abaganga amathuna ezihlobo zethu babathathe babenze izipoki , hayi ngiyala mina le
Пікірлер: 71