No mama kubuhlungu bt kudinga umkhuleko mawami and ngiyaz akubona bonke abanithandayo no mtanakho bt ngyathanda ngoba ungumunt we dlozi bazovela kabuhlungu ngoba idloz lizobashaya
Ngaze ngaphoxeka bakithi nginithanda kangaka. Kodwa angithembe mama kuzodlula futhi no Chicken asethembe uzoshintsha kulento ayenzayo embi kuwe 😢
@NomfundoSimelane-ug2ym
Ай бұрын
Mmmmh usazogileka loChicken wakhona isemhlabeni lana
@cleokodwa-gg1ty
24 күн бұрын
Makapume Mama
@palesasephooa2530
Ай бұрын
Gogo pls go & seek counselling I know U are & everything but Ku lokhu I think U need counselling cos Uve been through a lot u dlule eyintweni ezi nzima Gog Babiyost pls see some 1 proffessional about this ngi ya ma lapho 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@FifiEffie
Ай бұрын
Or makachicken aphume lomfana kwakhi aphume umuzi wakho mdala vele angakubulalisi istress uyoze umelwe yinhliziyo😢
@user-xb7hv4vy7z
Ай бұрын
Nyembezi zomzali aziweli phansi usazowabona amabhadi we chicken
@nathisimayile2562
Ай бұрын
Kwaze kwanzima phephisa mama💔
@nomzamonhlapo8935
Ай бұрын
Uyabheda chicken, umama usakuthanda
@user-iz4he7wc3y
Ай бұрын
Kodwa chicken waze wangiphoxa ngikuthanda
@NtuthukoMngomezulu-dg1wh
12 күн бұрын
😢😢😢💔
@user-gl5xr7rb4j
Ай бұрын
Xolo mama nam ndikulemeko ukuyo, akunzima somandla
Ngaze ngazisaba izinyembezi zomzali. No matter ubani owrong or right but umzali uyashonishwa ngisho ngabe uyisilima esigxaz amathe but uNkl uthe Hloniph uyihlo nonyoko akashongo ukuthi ubomhlonipha uma e right
@sindisiwemkhizesibiya6385
Ай бұрын
😢😢😢😢Mawami phephisa sthndwa
@thobekiledlamini
Ай бұрын
She must go and cry kuNkulunkulu wakhe u Shembe
@nonhlanhlamngomezulu9230
Ай бұрын
Lomama angakhala athini nje but uyi freak control naye uyaziwa umndeni wakhe uzwa ngaye. UChicken akalawuleki yikho unina enje.
@user-lw8hs9tf1l
Ай бұрын
If uChicken ewrong but ngoba yena mudala why eya kuSocial media.This is wrong
Why everyone is talking the mother's side guys this is not fair
@user-zw8po9xr9f
18 күн бұрын
Is true we need to listen both sides
@lucymthombemi5794
6 күн бұрын
Mina ngithi mah wakhe yebo kubuhlungu kodwa ngoba uwumuntu wabadala buza emsame vele izingane uma unedlozi kubakhona ingane elanda isdalwa esibi esasingalungile kodwa wena mama yehlisa umoya ngoba uma uyithela ngezinyembezi akulungile yebo kubuhlungu uberyt mama
@buhlemntimandze3455
Ай бұрын
Aui lento yalama tv show yonke nje uyabona ukuthi i acting yonke le
@gloriabusisiwemvelase189
Ай бұрын
Chicken leli hashi oligibele lempakamo lizokuwisa kabuhlungu mtanami,ukuthukana estradini its a big turn off,shame on you,ujabulisa vani ngo mah wakho
Пікірлер: 87