l like this guys comment and am one of those victim's my son is in prison for nothing in this county if you don't have money you are nothing
@ntokozongcobo3044
10 ай бұрын
Menzi mfwethu kunabantu abazilandela kakhulu izitory zakho ozixoxayo nje ngami nje and sengijovekile ngyacela bhuti ukuthi usiphe noma 1 hour everytime you release one….nomake ungazibhanqa uma zimfishane 🙏🏾
@givenmashiangwako6700
10 ай бұрын
My favorite podcaster. Please keep the last part as a new feature
@TransformationLive1
10 ай бұрын
Siyabonga, we shall do🙏🙏🙏
@tlokwejulia2231
10 ай бұрын
Bab' Cebekhulu gokaba bjang ledinyakisiso gore batho bang, baseke bakwallwa melatong yeo basa edira? Gobohloko😢😢😢 jooo!!!!, realeboga, danko
@MCMenzistoMedia
10 ай бұрын
Its unfortunate that l do not understand your language, but would love to one day❤
@preciousnene3446
10 ай бұрын
This is very sad 😢 story Thanks Menzi 🙏
@boremalatji881
10 ай бұрын
Our justice system is weak and unskilled cruel for the poor if they injured someone wrongly they forced him/her to admit crimes or die in police holding cells and fake their deaths cause they will be sued for wrongful arrest men in particular must form their own partying this country that will fight against such things very sad and shameful thanks Menzizto for lovely platform
Lombhemu akhuluma ngaye umakhelwane wami la Emzimhlophe e hostel.ngathi angabuthola ubulungiswa
@TransformationLive1
10 ай бұрын
Asethembe uzobuthola mfwethu.
@MegaKhanyisile
10 ай бұрын
Bhuti Menzi these wrongful arrest ziyayikhinyabeza imindeni My dad is serving 34 years in prison ngento angayazi ngahluleka noma esethi ucela ifootage of the scene it wasnt provided
@siviwembatane3600
10 ай бұрын
I'm sorry my sister, very painful indeed.
@zabelozarh1963
9 ай бұрын
Phephisa dadewethu😢
@nonikomaluleks317
5 ай бұрын
Askies😢
@sibonisoshabangu9921
10 ай бұрын
The best story teller
@TransformationLive1
10 ай бұрын
🙏🙏🙏
@UbukaOnline
10 ай бұрын
Amaphoyisa awekho well trained ayasetshenziswa esp abantu abamnyama abeve bethengwa. Ubugebengu balwa nabo 30% the rest bafeza izinhloso zabathile.
@mthoalex6398
10 ай бұрын
So many upcoming stories 🙌🔥🔥🔥❤️
@mathewmachaieil-iw8mi
10 ай бұрын
If a person wanted to make donations how do we go about?
@NjabuloHlela
10 ай бұрын
Click on the THANKS button below the video
@sifisonkomo-uy8lc
10 ай бұрын
We need mc menzistor account I also want to donate... 🙏
@mapumulopampamela
10 ай бұрын
Oh suka nini kombe it's December time ❤❤❤ hat's off to you
@sabelongqulunga8486
10 ай бұрын
Good point raised, MC Menzisto deserves something from us as his followers he does a good Job, I have never seen a good story teller like him and he is very informative 🙌🏾
I understand ukuthi amapoyisa ayawenz'amaphutha and arrest wrong people. However the crime rate is also too high and that puts the Police under pressure to solve these cases. I think bringing in more technology into Police work will help reduce some of these errors. We must learn a thing or two from American Police Departments.
@dlaminin5398
10 ай бұрын
There is no reason for wrong arrests and torture. No reason at all. High crime rate or low, they must get the right ppl
@bullishenterprise2077
10 ай бұрын
@@dlaminin5398 True that bafo, but it does happen, some people will be criminals already even though arrested for wrong cases. At times yibhadi nje
@sthembilemahlangu677
10 ай бұрын
@@bullishenterprise20772:13
@MkhuluMokoena
9 ай бұрын
You watch too much TV…we will leave you with your ignorance!
@mduduziMavundla7242
Ай бұрын
There is no understanding ukubopha umuntu angendzanga lutho ngendza sure kuthi ngiyanifuna ngamunye ukuze nejeze
@teachersikhumbuzomoyo5419
10 ай бұрын
ALWAYS been the best content ever- siyabonga kakhulu big brother
@TransformationLive1
10 ай бұрын
Mfwethu 🙌
@siphiwemcbridges3843
10 ай бұрын
Have you shared this story before?
@TransformationLive1
10 ай бұрын
Nope.
@ndabenhledlomo6130
10 ай бұрын
Eish these wrongful arrests 😢
@KholekaNkosi-is4hw
4 ай бұрын
Very painful
@simplylebohang4099
9 ай бұрын
Ai ngeke bazigebengu nje amaphoyisa aseSouth Africa bayanqena nje abawazi umsebenzi
It's the battle between the Have and Have Nots. . . .
@theophilusmsomi8226
10 ай бұрын
Amaphoyisa Abashaya ngempela abasolwa baka Meyiwa....why you dont cover this case sometimes???
@mbalenhlengwazi2305
10 ай бұрын
Ku worse kulokhu kwaDladla ngoba amaphoyisa athatha isthombe sake before leyo ID parade. What if the identifiers were already prepared to identify a person they already saw on a photo
MC ibuhlungu lendaba baningi abantu abanoshiwe bagwetshwa bengenzanga luthu mina ngibona amaphoyisa or abaseshi namacala uyabahlula umsebenzi wabo.Ibihlungu lento fikisela ngenyembezi ungahlangene💔💔💔
@Cebo_Mbatha
6 ай бұрын
Cha nje inkinga ama phoyisa awanal ulwazi nokubayilo iphoyisa sekmele kufundelwe Ema varsity ngba impilo zabantu ziyamosheka phela
@peggymbata332
10 ай бұрын
Lento eyenziwa amaphoyisa ibiyenzeka ngesikhathi se apartheid
@KholekaNkosi-is4hw
4 ай бұрын
Yooo yaze yangphatha kabi lendaba.
@lindiwesiyaya
10 ай бұрын
Bhuti sengiyakhala mina😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@khulekanimlungisi3652
10 ай бұрын
Kuzima E South Africa umthetho indlela osebenza ngayo!!! Okubuhlungu lento yenziwa abantu bakithi abamnyama njengathi
@jamesmaponya451
10 ай бұрын
I think we need to be taught about the law, we need to know our rights, we need to be educated on how to respond to situations like these, we all can't afford lawyers and what do we do in the situation.
@charlessukati4866
10 ай бұрын
Much as i would like the Meyiwa family to have justice and closure, the methods employed by police make me wish those guys on trial success. Kubuhlungu kuboshelwa something you did not do 😢😢😢😢
@BlondieLeshilo
10 ай бұрын
Best presenter✌
@TransformationLive1
10 ай бұрын
Danki.
@senzomthethwa6645
10 ай бұрын
Sengkhonaaa
@TransformationLive1
10 ай бұрын
Mfwethu 🙌
@KholekaNkosi-is4hw
4 ай бұрын
South africa I give up
@vumelanirichmanshongwe
2 ай бұрын
Wht if eshubheka agcine eselahlekelwa impilo yakho ke Mc unxephezeleka kanjan
@konkehwanqa6260
10 ай бұрын
Kanti wona lamaphoyisa aboshwa Nini,yini abasolwa bengavuli amacala ngyazi Kodwa nakho akukho lula coz usuke usuphakathi nokufa nokuphila....icala lika Senzo Meyiwa kuyacaca iningi imali efakwe abant abayizikhulu ukuthi kuvikelwe abenzi bokubi okuyibo abazi ngokufa kuka Senzo sekubhecwa laba nje ngoba benganamali bt unkulunkulu ngelinye ilanga liyovela iqiniso
@PhumzilePortiaZikhali-eq3gr
16 күн бұрын
Lie detector akube khona yona
@josephinamokoena6865
6 ай бұрын
Amaphoyisa awenzi umsebenzi wawo kwaphela nje afuna abantu abangaqashwanga babenzele wona ngokumpimpa kuphela badla imali kaGorvament mahhala bheka icala lika Senzo amanga aphumayo manje kunzima emhlabeni akusekho kuzolunga umoshakele kwaphela nje
@freemanxolani4385
10 ай бұрын
Ukwenzani ukushubha?😢😢
@lindiweskosana738
5 ай бұрын
Weee Bhuti Menzi uyanqena yini ukufunda I Law u have more insight you can be a very good lawyer yaz
@mduduziMavundla7242
Ай бұрын
Menzi ngicela kubuza lento yokujubha umuntu kusemthethweni yini yazi ngikhumbula ngisafunda e secondary school ake ajubha umngani wami angendzanga lutho
It’s weird that accused suggested to get the logs from car tracking system Police should have known this and that should have been 1st part of investigation
@ZimeSigam
10 ай бұрын
I heard it's the same way these guys on Senzo's case got arrested.😢😢😢😢😢😢😢
@Jonhywalkerchonco590
10 ай бұрын
Eyi yabona lento yokushubhwa angazi iyobukezwa nini ngeke ungavumi ushawa ulimala nayibo 😢😢
@mthoalex6398
10 ай бұрын
Ngathi uyasiphinda lesi story brazo 🤔
@thebemakhombe9679
15 күн бұрын
I was once arrested for something I didn't know, I was beaten in Cleveland SAPS and I was released after two weeks after I told them to kill me but likely the car I was driving is different than the
@nkunzemnyama
9 ай бұрын
Izigebengu zithatha inumber plate yemoto efana exactly nalena abaganga ngayo bahambe beyoyi printer beyifake kulemoto abaganga ngayo. Ngike ngakubona e Thekwini lapho kwathi mayilandelwa lenumber plate yemoto eyayigangile kwatholakala ukuthi ifana exactly neyenye i BMW 1 series yase Richard'sbay but le 1 series eyavela iganga that day yayi vela kuma camera ingeka 2006 while eyase Richard'sbay ingeka 2012 and i tracker yayo yayikhomba ukuthi yasuka ekuseni yaya eskoleni yabuya yaya eSkhawini ayikaze iye e DBN ngosuku lwesigameko
@eextheprinceisdope7662
10 ай бұрын
Iyaphinda lento. Wake wasifaka lesi story ngaphambilini.
@UbukaOnline
10 ай бұрын
Zimnandi ngokuphindwa webafo. Nenkomo ilukhipha kahle mase iphindwa.😂
@TransformationLive1
10 ай бұрын
@@UbukaOnline Yebo🤣🤣
@Chibvunza
10 ай бұрын
Ende ngempela bazozithola zi admissible.Ingani wena washo ukuth uMuzi wadubula intombi evosloorus qede wabalekela waya emakhaya ,ubaba ka Muzi wayodiza kuze bathelelane amanzi .UMuzi ugwetshwe 12 years evosloorus ngoba wazama ukubulala uNtombi Ndaba no Mfanelo Ndaba ngoba it was alleged ukuth ugirl waye msabisa ukuth uzokhuluma ngokufa kuka Meyiwa
@mzwandilemanqele1644
10 ай бұрын
Inkinga nawe ukhuluma into ongayazi coz lentombazane yadutshulwa 2012
@Chibvunza
10 ай бұрын
@@mzwandilemanqele1644 kuphambana izinkomishi ,malume as MC said it was after Meyiwa's death.Kumanje uMuzi oboshelwe lona lelocala and kuthiwa umsulwa, kodwa it is alleged ukuth wadubula abosisi bandawonye azama ukuba gudluza .Mele kubizwa yona le ntombi izo testify sizwe ngayo ukuth ukuze inkukhu izanywe ukunqulwa umlomo kwakenze njan.Why osisi bandawonye ?bamenzeni?
@Userde989
10 ай бұрын
Uma esebulawa amaphoyisa kuba engati ayasukelwa kanti iwona angasile emakhanda
@mbalenhlengwazi2305
10 ай бұрын
I lie detector test yona ngeke yini ibe nosizo? Angiyazi-ke kodwa nami i reliable yini
@Bhiza-k7f
10 ай бұрын
Kwayona i Lie detector ifana ne tube. It is only detecting ur heart beart & ur sweat & ukhumbule kunabantu abane austromophobia abangayifeyila kusaqalwa bebe bengenacala
@ThokoSimelane-y1n
4 ай бұрын
Kubuhlungu ukuba sejele ungenzanga lutho
@sbongisenindwandwe
10 ай бұрын
Siyayiphinda manje le video noma imina odidekayo istory sika Dladla sike sasilalela ngaphambilini 🤔
@ZweliNzama
3 ай бұрын
Sengijovekile ilezitory zakho ziyakhana kakhulu
@ripples4ever
10 ай бұрын
Mina ngicela uke ubize u Chiya okuwuyena umuntu owashubhelwa ubala ngokwecala lokuboshelwa u Shabalala
Пікірлер: 163