Hay bakithi asingayiqageli impilo yaseZulwini ephilwa ngale lasingaboni khona ngoba kuyimfihlo phakathi kukaNkulunkulu nomuntu ke lokho,ngyafisa ke singabi abakhulumeli balo baba,azikhulumele yena ake abuchaze lobunkulunkulu esimthwesa bona singabantu
@zthonkomo1453
3 жыл бұрын
Omuphi lobaba okhuluma ngaye Snaye Nothando ? Lapha kukhulunywa ngoNYAZI LWEZULU yilona ofuna lizikhulumele nawe na? If yes, I doubt you will understand his language .
@snayenothando924
3 жыл бұрын
@@zthonkomo1453 angfuni azikhulumele nami ngithe"achaze ngalobunkulunkulu esimthwesa bona,and it's true bhuti kuyongthatha iskhathi mina ukuyi understand I language yakhona,isizathu ukuthi Thina bantu baseMhlabeni simbiza ngoNkulunkulu kodwa uma yena esakhuluma akawasebenzisi amagama athi(mina Nkulunkulu)ngikhuluma into engayizwa la ezindlebeni zami eyisho straight ngomlomo wakhe,and lokho kwangenza ngaqonda ukuthi yithina bantu esihlulwa ukulalela
@zthonkomo1453
3 жыл бұрын
UyiNazareth mfwe2? ngoba if uyilona ulazi leli vesi elithi 'Noma niphuma emazweni onke aphansi kwezulu nomhlaba nilethe iminikelo yenu kuJehova emzini waseKuphakameni akayakuyamkela imithandazoyenu akasoze anehlisela izibusiso' ngakho-ke akekho uJehova or uNkulunkulu oseKuphakameni / eBuhleni UNYAZI LWEZULU.
@snayenothando924
3 жыл бұрын
@@zthonkomo1453 Cha bhuti/sisi angisilo,ngikhonza uNkulunkulu oseMazulwini not umuntu nje,angilwisani nokushoyo but ngiyalenqaba elokbizwa komuntu osemhlabeni ngoNkulunkulu?,kanti ubani yena lo esikwazi ukumfanisa nabantu nje?,hay ngiyadlula bhuti ngoba nginemibuzo eminingi kakhulu engingakbuza yona ngalenkolo okungagcina kungasekuhle ke
@somkhandainyosi
2 жыл бұрын
@@snayenothando924 Hallo Snaye NOTHANDO ngicela mina ukokubonisa ukuthi u Nkulunkulu ukuphi angifuni ukhonze into ongayazi ngifuna ukhonze iqiniso ngobangiyabona Ilona ozimisele Ngalo Uma nje ungavuma Ngizoya kokubonisa lo Nkulunkulu othi usemazulwini nalo izulu ngizokubonisa lona Ngiyafunga uyokhonza into oyaziyo impela
Пікірлер: 18