Ukhozi FM TV luvakashele ingqalabutho yezemfundo nokuthuthukisa umphakathi uDokotela Mzwandile Plaatjie osilandisa kabanzi ngesikhathi akhulela kuso ngezikhathi zobandlululo. UDkt Plaatjie wakhulela eGugulethu, okuyilokishi labantu bebala elimnyama lapho ababethuthelwa khona eKapa njengamalokishi afana noSoweto, Mlazi njll.
UDkt Plaatjie kwathi kunzima ngalendlela ekwakunzima ngayo bekhula bengana mali kodwa yena waqhakambisa imfundo, wafunda wagogoda njengoba enama qualifications ayisikhombisa (7).
Thamela nansi inkulumo yakhe uDkt Plaatjie no Muzi
Mthabela.
#DrMzwandilePlaatjie #30yearsOfDemocracy #UkhoziFMTV #MuziMthabela
Негізгі бет Ойын-сауық Sikhuluma noDkt Mzwandile Plaatjie oneziqu eziyisikhombisa (7)
Пікірлер: 1