Inkundla Yabantu yiphodikhasti yeBayede-Iphepha laboHlanga lapho sifundisana khona ngesimomazwe, ipolitiki nepolitiki yezomnotho kanye nalokho okuthinta ifagugu lethu.
Kulesi siqephu uMtaka umeme uSolwazi uSomadoda Fikeni nohlonishwa kakhulu emkhakheni wezokuhlaziya phakathi kokunye ipolitiki, ipolitiki yezomnotho kanye nezokubuswa nokuphatha. USolwazi uFikeni wenaba kabanzi ngobumqoka koBukhosi ngaphansi kwedemokhrasi kanjalo nakomasipala bendawo njengo ngokusho kwakhe ukusebenzisana phakathi kwepolitiki noBukhosi bungaletha uzinzo kanjalo kuthuthukise nomnotho wendawo.
Негізгі бет UBukhosi: Ikhonco Elintulekayo KoHulumeni Bendawo
Пікірлер: 7