Ukhozi FM TV belusendaweni yase-Elandskop epulazini leqembu labafana abazibiza ngokuthi bayi-Big 5 Agrics.I- Big 5 Agrics yinkampani ephethwe ngabalingani abahlanu (5) ababenza uMatikuletsheni ngo-2023 eWeston Agricultural College. Iqembu le-Big 5 Agrics lihlanganisa uMawande Mbhele, uNelisa Sithole, uKhanya Makhathini, uSikahle Nxumalo kanye noMsizi Mlambo
Kulesiqephu i-Big G Agrics isixoxela ukuthi yahlangana kanjani nokuthi yini abafisa okuyizuza njengeqembu le-Big 5 Agrics. Ukhozi FM TV lulihambe lonke ipulazi le Big 5 Agrics, lafunda kabanzi ngaleliqembu. Kulengxoxo sifunda kabanzi ngomsebenzi osabamele ukuthi bethuthukise lelipulazi futhi bengene khaxa endimeni yezolimo.
Uma uzifela ngezolimo, uzosithokozela lesiqephu.
Funda kabanzi ngokwenziwa i-Big 5 Agrics kulesiqephu
#UkhoziFMTV #UkhoziFM #Big5Agrics #UkhoziFM64 #Agriculture #Ezolimo
Негізгі бет Ойын-сауық Ukhozi FM TV: Big 5 Agrics
Пікірлер: 1