KZ
item
Негізгі бет
Трендинг
Журнал
Ұнаған бейнелер
Ең жақсы KZitem
Фильм және анимация
Автокөліктер мен көлік құралдары
Музыка
Үй жануарлары мен аңдар
Спорт
Ойындар
Комедия
Ойын-сауық
Тәжірибелік нұсқаулар және стиль
Ғылым және технология
Кіру
Тіркелу
Кіру
Тіркелу
Негізгі бет
Трендинг
Журнал
Ұнаған бейнелер
Ең жақсы KZitem
Фильм және анимация
Автокөліктер мен көлік құралдары
Музыка
Үй жануарлары мен аңдар
Спорт
Ойындар
Комедия
Ойын-сауық
Тәжірибелік нұсқаулар және стиль
Ғылым және технология
Негізгі бет
Ukubongwa komsebenzi eThongweni
Күн бұрын
Ukubongwa komsebenzi eThongweni
Рет қаралды
24,543
Impunga Yesintu TV
1
1
Жүктеу
Пікірлер: 34
@sibusisomadondo2789
5 жыл бұрын
Yabeka impunga ngabona nephutha lami engalenza ngbonga....uqhubeke njalo negalelo lakho
@NonkululekoNgcobo
5 жыл бұрын
Siyabonga ngolwazi. Ngcela ukubuza ukuthi uma ubonga, sikhona yini isdingo sokuchitha igazi? Noma impepho nje iyodwa ilungile.
@LizwiButhelezi
4 жыл бұрын
Nami nginombuzo ofanayo nowakho. Omunye futhi umbuzo engithanda igcazelo kuwo yilona; ingabe kubalulekile yini uhlaba isilwane njalo ekupheleni ngonyaka ngibonge noma ngithi ngiphakela ithongo ukudla?
@qr698
4 жыл бұрын
Isipho somdali, ngiyabonga ulwazi lohlelo lwakho. This is priceless
@maggy868
4 жыл бұрын
Cha! Ngivumelana nawe impela! This is profound
@kholwanimthethwa1629
4 жыл бұрын
Ngiyesaba kakhulu uma ngizobiza iThonga ngo “wena...” kulesimo sokungaqondi ukuthi ubani okunika izinhlanhla
@ayandanene7655
5 жыл бұрын
AW MBANJWAAAA EWU SUKAA MAN UNAMNDLAAA😂✔✔✔✔✔✔
@siyethembandlovu3575
4 жыл бұрын
Bhuti syabonga,ngabe izingcwadi zakho zitholakala kuphi?
@dr.dikeledimabalane4005
4 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu.Siyabonga!
@vuyosithole5487
4 ай бұрын
Impungaa!
@gugulethuzulu8971
3 жыл бұрын
Syathokoza 👏🏽👏🏽
@lelowelana6623
4 жыл бұрын
Ndiyabulela tata
@busizweephraimmagalela5385
4 жыл бұрын
Syabonga Mpunga
@vakelephato427
5 жыл бұрын
Kuzwakele kakhulu, ey waybeka yacaca okwekati emhlophe ehlungwini
@baneleknowledge6053
3 жыл бұрын
Munye umbuzo wami lokubongwa komsebenzi ubongela kuphi emsamo wakini noma njani
@mondesongongo5443
5 жыл бұрын
Zitholakala kuphi mkhulu iincwadi zakho? Ngi based e PE.
@delisilengali6076
4 жыл бұрын
AMENI 👏 👏 👏 👏 👏 kwakhanya 🙏
@bonginkosimbatha4302
4 жыл бұрын
Kumele yini Mhlonishwa sihlabe inkukhu noma imbuzi uma sibonga umsebenzi okanye ngempepho nje kwanele??
@winniesimamane9791
4 жыл бұрын
Ngicelekubuza la ekubongeni awube usasisho isibongo hlala phezu kwethongo elikuphi nhlanhla nje ngale kokuqalise sibongweni
@nokubongamzimela3510
4 жыл бұрын
Uma wazalelwa emshadwen ubonga kini Nom kyenzeka kuthy uwphiwe a basekhaya komame. Kyenzeka yini ukuthy uyobonga ekhaya komame, ekben umama agana?
@zikode9970
5 жыл бұрын
Sgwili
@gugulethuguguhh2731
5 жыл бұрын
KUYINI UKHUPHAHLA . IYIPHI INDAWO E RYT UKUTH UNGAPHAHLELA KUYONA
@mtseksmatlali9249
4 жыл бұрын
Thank u baba
@siphamandlabrian6476
4 жыл бұрын
Wabeka mpunga yesintu siyakhulu ngolwazi osinika lona
@mimiawill2966
4 жыл бұрын
Ngyabingelela Mpunga yeSintu manje ubonga ngakuliphi icala noma isizwe ngoba uzobanga kanti useSandleni okungesona?
@impungayesintutv
4 жыл бұрын
Yingakho kubalulekile ukuzazi ukuthi Umi kuphi wena njengomuntu
@mimiawill2966
4 жыл бұрын
Okay solwazi njengoba bethi mina ngiseSandleni noma ngiseCaleni lwakoMalume manje abasavumi ngingene ngoba bathi mina ngibashiya ngaphandle
@sihleskhumbuzo9588
4 жыл бұрын
Ngavuleka amehlo manje ngibonge mpunga
@mqaphelicele4036
5 жыл бұрын
Kuzwakele mpunga yesintu, owami umbuzo uthi mawshisa impepho ka baba ubonge khona kanti izinhlanhla ziqhamuka komalume awubi namashwa?
@impungayesintutv
5 жыл бұрын
Angani mnewethu yingakho sithi isintu noma yinini uma uzokwenza umsebenzi hamba uyobheka kuqala ukuze ungeke ushayise
@mqaphelicele4036
5 жыл бұрын
@@impungayesintutv ngizwile ngyabonga Nyon'emnyama
@hlengiwenoz9339
4 жыл бұрын
Mbanjwa ngiybong min sebenzis sbongo sikababa nje kwi id but okomsamo ngisebenzis esikamah nomsamo wakhon
@phililekhumalo3855
4 жыл бұрын
wemlekeleli empephweni yasekhaya liyabizwa yin idlozi lasekhaya komama
Пікірлер: 34