Ubedakiwe ungizwe. Uma nje kungathiwa asivote nje singabalaleli sikhethe nje inkosi yabasakazi kungakhethwa bani. Cha mft utshatha ngeke ashaye umfazi njengawe uyiswula wena.
Uyazigulela uNgizwe anganakwa selokhu axoshwa oKhozini walimazeka engqondweni nasemoyeni. Uyaludinga usizo. Tshatha is the best ubufakazi bugcwele everywhere on media channels.
@jeffmpala2261
4 жыл бұрын
Hayi kabi guys mina ngiphuma ezimbabwe kodwa ngingumlandeli wokhozi ayikho indaba yalomlisa mina ngithi uNgobe uhamba phambili (uxolo)
@nikeziwengobese5882
4 жыл бұрын
Hay lobhuti wase Nkandla akame kancane nje lento ayjkhuluma ngoTshatha haybo umona bhuti
@anniekhanyile814
3 жыл бұрын
Noma ungathini ngizwe utshatha uhlakaniphe kabi kunawe uzikhipha isithunzi lesi engenasono vele hlukana notshatha wena ulungise impilo yakho.
Uyaxoka lotata siyakhumbula. Yena wayephelezele uSaba Mbixane owayewine best radio dj kwi SATMA awards.
@mpilwenhlelethu7223
4 жыл бұрын
Ai Ngizwe uynkinga ndoda. Kaz uma uhleli ucabanga yini osuke uycabanga esile. Yekela abantu. Zinake wena. Into oykhulumayo awuzbuze kuthi iyasakhayini thina. Ubdala bakho nobuciko bakho busebenzise ngendlela elungile.
@thulanigama5275
4 жыл бұрын
Bafethu sizani ugqilazekile manje ungizwe udinga usizi
@sanelyfchannel3745
4 жыл бұрын
Awu yeka ngesibongo sakithi asidicilela phansi *Kodwa Macingwane ay
@DawudTVza
4 жыл бұрын
😂😂😂 Woza uzoba uPhungula ngoba leka Mchunu.. Hhayi no lol
@sb.slwanefezelanhlenyama3464
4 жыл бұрын
Yaz lendoda isangene manje ngendlela engibona ngayo isidinga i cancelling manje ngob iphambanelwe ingqondo manje since waphuma okhozini usesangana ngampela kant kulula kanjena ukuhlanya ngenqondo
@mzwandileclifford7605
4 жыл бұрын
Cha ispheshethwa singamphenduli lo futhi singamshaya nangenduku nje akaz lutho lo ngiyamhalela,futhi kade ngafisukuthi axoshwe okhozini ngoba lento wayiqala kundidane,Nam nje ngiyamfuna kesibhejane naye,ngimshayelukuthi wayecwensa uMtshengiseni
Kodwa it might happen ukuthi he is just messing with him as behlezi benakana...remember last time wenza kanje and utshatha replied okhozini as pay back time but they were all laughing while thina ma fans sasikwatile. I doubt he was really taking tshatha on
@sifisomoletsane6391
4 жыл бұрын
Nokuthi wayephelezelwe ngu Ngobe sikuzwa ngaye asikwazi lokho esikwaziyo wukuthi ubehlulwa kufunda isizulu on air kangakanani ukutolika bakwethu
Cha! Uyagula yela kodwa ke bayazi ontanda yakhe nabangani bakhe Laba adlala nabo bayazana
@thubalethumpanzi5783
4 жыл бұрын
mina angiboni ukuthi ungizwe usewile ngoba luhamba kahle kakhulu uhlelo lake ku SABC1 Iroots eyokuwa angivumi since kukhona lapho esasebenza khona sonke siyazi kuthi SABC uyakhokha.bt inkulumo yakhe angihambisani nayo uqinise isandla umacingwane akahoxise and nokukhuluma kakhulu muyindoda akukho ryt.
@xolanicyril7970
4 жыл бұрын
Ungizwe mele ethole usizo lokhu kungaphezu kwakhe manje akeniphakameni bahlonishwa ningamdudi ngokuhleka izinkulumo ezingananqondo ngokuncolisa umhlonishwa MC TSHATHA igama lakhe walisebenzela ukuthi kanjani nguyena owaziyo
@sibusisomdletshe7682
4 жыл бұрын
Kazi waganwa kanjani kulobuxoki nokuphazamis imphefumulo yabany abantu
@tholakelexaba2541
4 жыл бұрын
Bhunti uTshatha ungaphiki ngaye uma ufundile awuphenduli noma yini.
@mazertzamisa3050
4 жыл бұрын
Abasakazi intoyabo ukuncokola ngokugxekana, kodwa bengingamu understand baba uNgizwe ukuba ukusho konke lokhu ekhona okaNgobe , benzigothatha njenge ncoko but now on cha cha cha baba ngyanithanda nobabili kodwa hhayi engekho okaKhathide eduze kwakho , kungabe ubumcuphile or ubesaqhubeka namancoko baba uMacingwana???
@nokuthulaluthuli4426
4 жыл бұрын
Sengathi I corona igida ekhanda lika Ngizwe eyakhe igxumagxuma ekhanda kudela owazi abazali bakhe uma enje namakhosikazi akhe athi aganile uma esho. sengathi kuzomele athathe ibhulukwe lakhe aligqoke wona ngoba ukhuluma kakhulu njengo mama 😂😂😂😂😂😂
@senzonxumalo8029
4 жыл бұрын
Udlala indlala sbari wami mfoka Macingwane myekeni akasenanhlonipho, into yokunganakwa le
Bantu bazobheka kuth Ngizwe aze acoshe amaphepha abophe plastic emilenzen kuze babone kuth uyasangana konakele kuxabene ubendle ekhanda lakhe amanga , ukuzenza kuth waz konke uqina kaze ngiybone ndoda eqine nje ngale mina hay Kona manje ngath utinyelwe iminyovu uvovo liyakhipha
@simplygugu
4 жыл бұрын
Hai Mina umbono wami uzohluka uNgizwe he was just talking about himself and he happen to mention utshata and I feel like the interviewer diverge lenkulumo and he was busy bluffing and that make ngizwe to just play along the convo was diverged. Full stop.
Kodwa bathini abakubo nabafazi bakhe nha lomuntu lobhut akasile bona ukuthwala imiqwazi emibini eyedwa usenomduma nitsizwa ke ngiyacabanga ayenzi kanjena kuzomele ayofunda ubuntsizwa or abuyele ezindukwini aqale ubufana akhuliswe yingane Lee ayifuni uyinake tshatha hlala uhloniphekile unjalo
@melusivictorygaddafigaddaf2531
4 жыл бұрын
This guy is really going to be crazy
@sakhamuzintshangase238
4 жыл бұрын
Mina useyangiphoxa uma enza Kanje... Impela udonsa wonke lama network vodacom, cell C, mtn, telkom &virgin mobile ngothi olulodwa lwenetwork
@phumlanijeffrey5462
4 жыл бұрын
U Ngizwe uyopha too much kulembebe yakhe, wayevele engicika naso Khozini, indoda enjani le ebhinqa kangani, ngyasola labafazi anabo ukhuluma abadlule, haibo nasi'sqhaza bo
Who do you think you are wena ngizwe lento oyikhulumayo do think is English rubbish dont start with u Tshatha let him alone wena trouble man I feel sorry for your wives indoda ekhuluma kanjena step back boy
Пікірлер: 283