UBaba uMshumayeli Buthelezi ehluba udlubu ekhasini, echaza ngokuthi ungubani uShembe kanti futhi wayezonzani emhlabeni. Lesi isiqephu sokuqala sengxoxo ebanjalo ngamaSabatha ekuseni emsakazweni iNtokozo. Umshumayeli uButhelezi ungomunye wezingqwele ezikhulele eKuphakameni. Uzalwa uMshumayeli UButhelezi owaphenduka ngesikhathi sikaBabamkhulu, uzalwe ngesikhathi seNkosi Ilanga, namhlanje unguMshumayeli. Siyabonga Shenge ukusicathulisa.
Негізгі бет UShembe walimisa nini ulwandle?_Mshumayeli Buthelezi
Пікірлер: 30