Ngiyakuzwa mfoka kaNgwane okusho ukuthi baqinisile uma bethi uma ujahha abantu besifazane ulahlekelwa imali uma ujahha imali awulahlekelwa abantu besifazane
@SibongakonkeChiya
2 ай бұрын
Okusepeleni Naba Abantu obokumele bakhulume isizweni Sethu Abantu abahlezi bekhuluma into eyakhayo manje kulelizwe kuvumeleke wonke umntu, kukhuluma noba Ubani ekhuluma ukufa nje ebantwini futhi abekho baningi Abantu abakhuluma njenga Lo bhuti ngiyamlandela kakhulu kodwa yize ngavamisanga ukuphawula kodwa nje inkulumo zakhe nginazo zonke futhi Abantu abanje akulula ukuthi umbone kukhulu akwembethe nakufumbethe ngoba kokunye uvele uzwe nje ukuthi kuxoxa ikhehle elidala liyakubhekisa kodwa Kube kukhuluma yena ,ngoba yazi sengike ngibabone abaningi abakule minyaka yakhe abazi lutho awufundi kwanto uzwa exoxa nje ukuthi uncwele ukufa lomnto uxoxa ngotshwala namantombazane kuphela nje Ibona Abantu okufanele banikwe iziqu zokuba o professor Laba ngoba ayi ukuthi uxoxa ngoba efunde kakhulu ukuthi uyazi nje unolwazi futhi akafuniseli Ngiyaye ngidabuke nje ufike umntu ebonwa ngoba engasekho ukuthi ubeyiqawe Futhi ke Lo bhuti iningi labantu alimthandisisi ngoba ukhuluma iqiniso ngoba alifunwa selaba yintandane (uzwa nje ayi cha awusiyeke ngalowo ave ekhuluma 😅) ayi ukuthi ukhuluma kakhulu ukuthi ukhuluma lezinto enigazifuni Ngibonge ukuphawula nam 🤝 ngihleli ngilalela nje since aqala ukuthi nje angikuthandi ukuphawula kakhulu
@kwanda7481
Жыл бұрын
Ngwane 🙏
@luckymabaso2432
Жыл бұрын
Uyibeka icace mthakathi weyendaba umuzi ophethwe uhulumi into engekho leyo
Пікірлер: 29